Udilikajele kowabulala umuntu wasehostela lodumo

2017-09-16 12:00

Durban – INkantolo eNkulu eThekwini ngoLwesihlanu igwebe owesilisa udilikajele ngecala lokubulala kanye neminye iminyanga engu-12 ngecala lokuzama ukubulala ehostela iGlebelands eMmlazi, eThekwini.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane utshele iNews24 ukuthi uMxoleleni Bhani,28, waboshwa ngo-Agasti 2015 ngokubulala uSipho Ndovela,35. 

UZwane uthe uNdovela wayesenkantolo eMlazi, kulindeleke abengufakazi ngoMeyi 2015, ngesikhathi uBhani eqonda kuyena , wakhipha isibhamu wamdubula.

UBhani wabaleka endaweni yesigameko ngemuva kokudubula umufi amahlandla ayisikhombisa.

OLUNYE UDABA: Usazobhadla ejele olind eukuqulwa kwecala

kala nezinhlamvu kanye nezibhamu ezingekho emthethweni.

Uphinde wagwetshwa eminye iminyaka engu-12 ebhadla ejele ngecala lokuzama ukubulala owesilis aonemimnyaka engu-40 ubudala khona eGlebelands, ngoJuni 2015.

Alikaphothulwa icala ayevele ngalo enkantolo ngesikhathi eboshwa ngo-Agasti 2015, kusho uZwane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.