Udilikajele kowadlwengula intombazanyana

2016-07-29 12:11

Port Elizabeth - Ugwetshwe udilikajele umlisa waseMount Fletcher ngeledlule ngokudlwengula intobazane eneminyaka engu-15 ubudala.

Inkantolo yatshelwa ukuthi isisulu sasilele nodadewabo oneminyaka eyishumi ubudala ngoJuni 10 ngonyaka odlule ngesikhathi umsolwa egqekeza maphakathi nobusuku.

Ethula ubufakazi enkantolo, udadewabo, eligodliwe igama lakhe, utshele inkantolo ukuthi umsolwa waphoqa isisulu ukuba sicime ikhandlela ngesikhathi esengaphakathi.

Funda nalolu daba: Kusindiswe usana obelulahlwe nodoti eMzinto

“Wabesesabisa udadewethu ngommese, wamdlwengula.”

Umsolwa wabesebalaka.

“Ngangisaba ukubiza omakhelwane ngaleso sikhathi, kodwa amaphoyisa abikelwa ngokuhamba kwesikhathi.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.