Udilikajele kowadlwengula umshana wakhe

2018-04-08 11:07

Johannesburg – UKhomishana wamaPhoyisa eLimpopo uNneke Ledwaba usesamukele isigwebo esigixabezwe owesilisa olahlwe yicala lokudlwengula ingane.

Le ndoda ivele eNkantolo yesiFunda yaseThohoyandou ngoLwesihlanu yagwetshwa udilikajele ngokudlwengula umshana wakhe oneminyaka engu-11 ubudala.

Kukholakala ukuthi lesi sigameko senzeka ngo-2016 ngesikhathi lezi zingane zilungiselela ukuya esikoleni.

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe uthe uLedwaba ujabule kakhulu ngemiphumela yaleli cala.

“ULedwaba uwashayele ihlombe amaphoyisa aseThohoyandou ngokwenza umsebenzi oncomekayo.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.