UDino Ndlovu ulithakasele ithuba lokudlalela iQarabag

2016-08-15 11:30

Umgadli wakuleli uthi ujabule kakhulu futhi akanakho ukuzisola ngokuhlala neqembu lase-Azerbaijan i-Qarabag FK.

Ekhuluma nabe-Sunday World ese-Azerbaijan, uDino Ndlovu uthe usafuna ukuzibonakalisa ukuthi kukhulu angakwenza kwiligi yase-Europe.

OLUNYE UDABA:'IPirates ifuna ukumlanda e-Europe ozovala esika-Erasmus'

“Ukufika kwami lapha kungibeka kwelinye izinga njengomdlali futhi ngijabulile ngesinqumo sami sokungayi e-Turkey kodwa ngihlale kwiligi yase-Europe futhi,”kusho yena.

Lo mgadli uqhubeke wathi yize kunzima, leli ithuba lakhe lokubonisa amazwe aphesheya ukuthi liningi ithalente eNingizimu Afrika.

IQarabag ikuqinisekisile ukuthi ikhokhe imali engaphezu kuka-u-350000 euros (R5.25-million) ukuyenga uNdlovu kusukela kwi- Anorthosis.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.