UDJ Zinhle uhlulekile ukuzibamba wadedela ngawakhe amagabade ku-AKA

2016-05-28 08:44

Durban - ULwesihlanu luqalwe u-AKA lapho ephoxa umama wengane yakhe ngokuthi akamhloniphi futhi umhlanganyela nezitha, kubika iTimeslive.

Lokhu kususwe wukuthi uDJ Zinhle afake ku-twitter isithombe sakhe egqoke isikibha sika-Euphonik #Nonke. U-AKA uthi bekungafanele enze lokhu uZinhle kanti futhi kudala ebekezela elokhu egcona intombi yakhe entsha uBonang kodwa manje usekhathele wukuthula.

OLUNYE UDABA:U-DJ Zinhle uphike amahlebezi azungezayo ngo-AKA

Kuze kwashaya izikhathi zesidlo sasemini u-AKA ekhwela ezehlela kuZinhle kodwa lutho ukuthola impendulo kumama wengane.

Sithe sesilugoqa usuku, uDJ Zinhle wacela ukusivalela lona njengomama wengane obaba wayo eluvulile.

UZinhle uthe abangani bakhe abangosaziwayo bamcelile ukuthi angaphenduli kodwa into efike yamcika kakhulu wukuthi ufake umama wakhe kule ndaba nokuyindelelo enkulu leyo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.