"UDlamini kukhona amazela kona uZuma"

2017-03-31 14:00

Durban - Kukhalwa ngesinqumo sikaZuma sokungamxoshi uBathabile Dlamini. UDlamini wake wathi abantu bezepolitiki kunezinto zabo ezifihlakele ezingamahlazo.

Ngabe ukungaxoshwa kwakhe kuchaza ukuthi kunokuthile akwaziyo ngoZuma, angakudalula uma engaxoshwa?
Kuthini ukuphawula kwakho?

Baphawule kanje abafundi:

UJabu Khumalo uthe: Kungenzeka ukuthi kuMengameli kukhona okungumsebenzi omuhle owenziwa nguDlamini okwenza ukuba amgcine. Thina sigcina ngokubuka kumabonakude okuvela ePhalamende ngakho sazi okuncane.

UJunior Mnikelo Sotomela uthe: Bayafana bonke abantu bakaKhongolose awukho umehluko, inkinga ukuthi uma ungekho Kwicala likaZuma usuke usenkingeni, wonke umuntu uyazi kunjalo kwipolitiki ye-ANC noma yaseMzansi.

UPhila Zahara Nombembe uthe: Icace bha Mhleli ukuthi ikhona into ayaziyo yikho uZuma engamxoshi uzokhuluma izimfihlo.

UNtombzyamlandela Myeza uthe: Babole phuhlu vele. Yingakho kuyiloyo naloyo efukamele omunye ngoba basaba ukukhiphelana amahlazo.

UYandie Wa-Mampinga Zoluaner uthe: Icaca mhlophe leyo into akukho mathandabuzo.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.