UDlamini waqamba amanga, kusho isikhulu sakwaSassa

2017-04-05 18:01

Johannesburg - OyiChief Executive Officer yakwaSouth African Social Security Agency (Sassa), uThokozani Magwaza usefake isicelo eNkantolo yoMthethosisekelo ukuze athole imvume yokufaka incwadi efungelwe nehlose ukuphikisana nezinsolo zikaNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi, uBathabile Dlamini ngesonto eledlule.

IGroundUp ibike ukuthi uDlamini wayalelwa yinkantolo ngomhlaka-17 kuMashi ukuba akhombise ngaphambi kokuba kudlule umhlaka-31 kuMashi ukuthi kungani kungafanele ahlanganiswe mayelana necala elifakwe yiBlack Sash kanye nabanye elibhekene noMnyango wakhe kanye neSassa, kanye nokuthi kungani kungafanele akhokhele izindleko zecala ngemali yakhe.

OLUNYE UDABA: Abakwa-Sassa sebemi ngomumo ukuholela abantu

UDlamini wafaka incwadi efungelwe ngomzuzu wokugcina ngoLwesihlanu olwedlule nalapho azwakalisa khona “ukuzisola kwakhe” ngokukhathazeka okwaba khona kubantu abahola imali yesibonelelo ngemuva kokuthi uSassa wahluleka ukuthi uzibambele wona mathupha uhlelo lokuholelwa kwemali yesibonelelo ngomhlaka-31 kuMashi.

Kodwa-ke uDlamini wagxeka kakhulu izikhulu zakwaSassa ngalokhu, wagcizelela ngelokuthi yena ubengenayo inhloso yokubeka engcupheni uhlelo lokuhola noma ukuphula noma ngabe yisiphi isinqumo senkantolo.

Kodwa-ke uMagwaza uthi ufuna ukukuphikisa lokhu okwashiwo uNgqongqoshe.

Encwadini ayifake enkantolo ngoMsombuluko, uMagwaza uthi: “Ngifunde ngokucophelela incwandi efungelwe efakwe uNgqongqoshe woMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ngabe sengiqaphela ukuthi… iqukethe izinto ezingaqondile. …sengikulungele ukufaka incwadi efungelwe ukuveza uhlangothi oluqondile lokwenzeka.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.