UDlamini-Zuma ucele abamesekayo ukuba baqinisekise ukuthi uyena ozohola i-ANC

2017-06-17 08:32

Polokwane – Lowo ogaqele isikhundla sokuhola i-ANC, uDr Nkosazana Dlamini-Zuma, ucele labo abangasohlangothini lwakhe ukuba basheshise umsebenzi wokunxusa amagatsha eqembu, ukuqinisekisa ukuthi uyawina ngoDisemba. 

UDlamini-Zuma ukusho lokhu ngesikhathi ethula isifundo ngoPeter Mokaba eJack Bores ePolokwane ngoLwesine ebusuku.

Utshele umengameli we-ANC Youth League uCollen Maine nabalandeli bakhe ukuthi kumele basebenze ngokuzikhandla, benze amagatsha eseke yena.

OLUNYE UDABA: 'Musani ukuthula nibona izinto zonakala'

"Impilo yami ngiyichithe ngisebenzela i-ANC, ngakho ngeke nakancane nganqaba uma igama lami liphakanyiswa. Kodwa kuzomele nisebenzele ukuba namagatsha akubone lokho,” kusho uDlamini-Zuma.  

UMaine utshele amalungu e-ANC ukuthi ikomidi eliphezulu le-ANCYL lithathe isinqumo sokweseka uDlamini-Zuma njengomengameli olandelayo.

Uthe akubanga yisinqumo esilula, wathi kudingeke bacabangisise ngaphambi kokufinyelela kulesi sinqumo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.