UDlamini-Zuma uthole ukwesekwa yiNorth West

2017-10-16 14:05

Johannesburg - INorth West iyisifundazwe sokuqala ukuphumela obala ngokweseka uNkosazana Dlamini-Zuma kwesokuhola i-ANC.

UDlamini-Zuma kuze kube manje ubesathole ukwesekwa yi-ANC Youth League ne-ANC Women’s League kuphela.

Ngempelasonto, isifundazwe sibambe umhlangano wesifundazwe, nokuyilapho kuvunyelwene khona ngoDlamini-Zuma.

Kulo mhlangano kuphinde kwavunyelwana ngokuthi umholi we-ANC eMpumalanga, uDavid Mabuza, abeyiphini likaDlamini-Zuma.

Isifundazwe sivumelene ngokuthi sizokwenza konke ukweseka uDlamini-Zuma ukuba athathe izintambo kuMengameli Jacob Zuma njengomholi we-ANC.

OLUNYE UDABA: Kunokwesabela ukuthi singase sinyuke isibalo sabafundi abanukubeziwe

IPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa yena kuze kube manje usathole ukwesekwa yiNorthern Cape neLimpopo.

NgeSonto, uDlamini-Zuma ubekhankasa esifundeni saseSekhukhune, eLimpopo. Uxwayise izwe ngokuthi lisengcupheni yokungena ezinxushunxushwini lifane namanye amazwe ase-Afrika abhekene nezinkinga.

“Uma siqhubeka nokwakha amabutho entsha engasebenzi futhi siqhubeka nokuba nabantu abahlwempu, ngeke kubenokuthula eNingizimu Afrika.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.