UDlamini-Zuma uzofungiswa njengelungu lePhalamende

2017-09-21 11:07

Cape Town – Lowo owayengusihlalo we-African Union uDr Nkosazana Dlamini Zuma uzofungiswa njengelungu lePhalamende ngoLwesine.

Isigungu se-ANC ePhalamende sikuqinisekisile lokhu ngoLwesine ekuseni, sathi umcimbi uzoholwa yiphini likaSomlomo wePhalamende uLechesa Tsenoli. 

Elinye ilungu le-ANC elizofungiswa ngoLwesine yilowo owayeyimeya yaseRustenburg uMatthew Wolmarans.

OLUNYE UDABA: Kubulawe owesilisa kudutshulwana namaphoyisa

UWolmarans walahlwa yicala lokubulala ikhansela laseRustenburg uMos Phakoe ngo-2009. Kodwa ngemuva kwesikhathi kwatholakala ukuthi wayemsulwa.

Ukufakwa kukaDlamini Zuma ePhalamende kwenze kwabanokuqagula okuningi, abanye bethi ufakwe ngenhloso yokuba athathe isikhundla sokuba nguNgqongqoshe.

Eminye imibiko ithi uMengameli Jacob Zuma ufuna ukugudluza uBlade Nzimande afake esikhundleni sakhe uDlamini Zuma.

- Politics Hub

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.