Udle ophansi umshayeli wetekisi kulandela ingozi

2016-07-17 13:01

Ekurhuleni - Umshayeli wetekisi ubalekile endaweni yesigameko esidlule nomphefumulo kwalimala abantu abantu  abathathu ngesikhathi itekisi ingalawuleki yayoshayisa udonga eVosloorus, kusho iEKurhuleni disaster and emergency managements services (DEMS) ngeSonto.

Lesi sigameko senzeke ku-EXT 10 eduzane nasezimpambanweni zomgwaqo uBierman noMoagi road, kusho isitatimende se-DEMS.

OLUNYE UDABA: Ubalekile umshayeli wetekisi oshayise wabulala iphoyisa

Ukuthi senzeke ngoba isikhathi isigameko akwaziwa.

Uphenyo lwakamuva luveza ukuthi  itekisi lingene phakathi nomgwaqo umshayeli wahluleka ukulawula itekisi ngaphambi kokuba liyoshayisa udonga," kusho isitatimende.

"Abosizo lokuqala nabezicisha,ilo bafike endaweni bafica abantu abane abalimele umshayeli engasabonwa. Ngemininingwane etholwe endaweni yesigameko kuzwakale ukuthi usmahyeli wetekisi ubalekile ngemuva kokushayisa.

"Abalimele balashwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela iThelle Mogoerane eVosloorus, ngeshwa oyedwa ushonele endaweni yesigameko."

Amaphoyisa aseKurhuleni aphenya isigameko.

 - Africa News Agency

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.