'UDoc Khumalo kumele ayozihlola kwamanye amaqembu'

2016-07-07 08:30

Johannesburg - Umqeqeshi ohlonishwayo eNingizimu Afrika uClive Barker usephakamise ukuba uDoctor Khumalo alishiye iqembu leKaizer Chiefs uma ngempela ezimisele ngomsebenzi wokuba ngumqeqeshi.

’U-16V’ usandakunikezwa omunye umsebenzi eNaturena – okubikwa ukuthi usezosebenza nentsha - kulandela ukuqokwa kukaJohn Paintsil njengomsizi kaSteve Komphela.

Funda nalolu daba: Unikezwe isigwebo esilengisiwe uMessii - Umbiko

UBarker,72, ukholelwa ukuthi uDoc uma efuna ukuba ngumqeqeshi osezingeni eliphezulu kumele ahambe ayosebenzza kwenye indawo.

“Ngicabanga ukuthi kuyomsiza uDoctor ukuya kwenye indawo ayozihlola khona amava akhe,” kusho uBarker kwiKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.