Ududulwe 'wumqwayizi' efulethini wayosacazeka phansi ngemuva kocansi

2017-05-31 18:00

Tshwane - Amaphoyisa aseSunnyside, ePitoli, ngoLwesithathu abophe owesifazane oneminyaka engu-27 ubudala ngezinsolo zokududula owesilisa wayosacazeka phansi esuka esitezi sesibili ebhilidini kulandela ingxabano mayelana nezimali ngemuva kokuzitika ngocansi naye.

"Kukholakala ukuthi isisulu besiye eTambotie siyovakashela umngani waso efulethini eliseSunnyside lapho sihlangane khona nalo wesifazane, 27, ongaziwa.

"Laba bobabili babe sebeya efulethini lalo wesifazane ngemuva kokwenza isivumelwano "sebhizinisi" - lokuthenga ucansi," kusho uCaptain Daniel Mavimbela, okhulumela amaphoyisa aseSunnyside.

OLUNYE UDABA:Ushonile owesifazane owe esuka esitezi sesithathu eThekwini

"Ngokusho kwemibiko, isisulu sinike lo wesifazane imali engu-R30. Lo wesifazane kusolakala ukuthi ufune enye ngaphezulu waze wasikhuthuza amaphakethe isisulu.

"Kukholakala ukuthi umsolwa ngokuhamba kwesikhathi ufune isikhwama sesisulu ebesine-laptop phakathi. Ngesikhathi isisulu sinqaba nesikhwama saso kusolwa ukuthi umsolwa ududule isisulu wasikhipha ngewindi sayosacazeka phansi."

UMavimbela uthe le ndoda ilimale kanzima yaphuka esihlakaleni.

"Umsolwa uzothweswa icala lokuzama ukubulala kanti kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yasePitoli maduze," kusho uMavimbela.


 - African News Agency

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.