Udumele owezeMpilo eLimpopo ngokwebiwa kwemithi yezigidi

2017-02-18 15:57

Johannesburg - Udumele uMnyango wezeMpilo eLimpopo ngemuva kokuboshwa kwezisebenzi zawo ezintathu ngezinsolo zokweba imitho yemali engaphezu kwa-R1.2 million.

Kuboshwe onogada ababili nosebenza emithini.

Laba bobathathu kuzwakale ukuthi bebe iimithi esikhungweni semithi sikahulumeni eSoshego ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: Kwebiwe izikhali

Phakathi kwemithi eyebiwe kwebiwe namaphilisi esifo sofuba i-TB kanye nawalabo abaphazamisekile ekhanda.

Okhulumela owezeMpilo uThabiso Teffo uthe kulindekleke ukuba kuboshwe abanye abasebenzi njengoba amaphoyisa esaqhubeka nophenyo.

"Siphoxeke kakhului ngoba, ezweni elingenazo izinsiza eziningi, uthola abantu beba lolu hlobo lwemithi."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.