Udutshulwe amahlandla amahlanu ekhanda owaKwaDabeka

2017-02-01 16:01

kwaDabeka - Amaphoyisa asathungatha abasolwa abadubule babulala uMqondisi  Sithole, 44, ohlaselwe ehleli emotweni.

Ngokwemibiko yephephanda i-Eyethu News, lokhu kwenzeke erenki yase-KK, KwaDabeka.

Imibiko evelayo ithi uSithole akaqali ukuhlaselwa njengoba ngonyaka odlule ahlaselwa abantu abangaziwa.

OLUNYE UDABA:Umufi wayebika ngokuhlukumezeka emendweni

Okhulumela amaphoyisa akule ndawo uMazwi Mbatha uthe umufi utholakale emotweni yakhe eseshonile.

“Udutshulwe ekhanda kwasakazeka ubuchopho emotweni. Kutholakale izinhlamvu ezingu-20 khona kule ndawo,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.