Udutshulwe esikoleni umfundi waseThekwini

2017-02-11 12:02

Durban – Kusolakala ukuthi umfundi udubule omunye esikoleni esisemijondolo yasePhoenix ngoLwesihlanu ebusuku.

Ngokusho kwabezimo eziphuthumayo, bafike kulesi sikolo bathola ukuthi umfundi oneminyaka engu-18 ubudala unenxeba lokudutshulwa.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umshayeli webhasi ethwele abagibeli e-KZN

“Abezimo eziphuthumayo bazamile ukuhlenga impilo yalo mfundi obelimele kabi waza waba sesimweni esifanelekile ukuba aphuthunyiswe esibhedlela,”kusho uChris Botha okhulumela abe-Netcare.

UMuzi Mahlambi okhulumela umnyango wezeMfundo esifundazweni sakwaZulu-Natal uthe  basebenzisana namaphoyisa ukuqinisekisa ukuthi umsolwa ubhekana nengalo yomthetho.

"Ukulwa esikhathini samanje yinto engamukelekile neze. Abafundi beza esikoleni ngoba bafuna ikusasa eliqhakazile ukuze bathuthukise imindeni yabo kanye nemiphakathi yangakubo. Kusithuse kabi lokhu okwenzekile,”kusho uMahlambi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.