Udutshulwe wabulawa umfana owathatha ividiyo ebulala inja

2016-07-29 18:59

Cape Town – Umfana, 17, obebhekene namacala okuhlukumeza izilwane ngemuva kokuthi yena nabangani bakhe abayisikhombisa baqophe ividiyo bebulala inja, usebulewe.

Ujunaid Davids ubenomngani wakhe owaziwa ngelika-Mallie kumgwaqo uRhone Walk, eManenberg, ngesikhathi behlaselwa iqoqo lemigulukudu ngoLwesine ekuseni.

Funda nalolu daba:Isinde kukubi inja igwazwa obexabana nomnikazi wayo

Ngokwemibiko yamaphoyisa, abahlaseli bebekude nezisulu futhi bemi endaweni ephakeme lapho bezibona kahle izisulu.

“Singasho sithi bebevinjezelwe ngenhlamvu kungekho lapho abangacasha khona,” kusho amaphoyisa, kubika iDaily Voice.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.