Udutshulwe washona ekade eyokhipha imali yokungcwaba umkakhe

2018-05-08 18:04

Owesilisa oneminyaka engu-66 ubudala udutshulwe washona eSunrella, enyakatho yeGoli, ngeSonto ngemuva kokuthi ekade eyokhipha imali yokukhokhela umngcwabo kankosikazi wakhe.

Kusolakala ukuthi umufi ubesesuka ngemoto yakhe ebhange eliseFourways ngesikhathi sesigameko. Kuthe uma efika esangweni lendawo engaseLanseria wavinjwa yimoto esiliva yohlobo lweToyota Corolla.

“Amadoda amathathu angaziwa aphume kule moto aqonda ngqo emotweni yesisulu. Avule isicabha semoto ase eyasidubula. Isisulu sishonele khona endaweni yesigameko ngemuva kokudubuleka emzimbeni.

OLUNYE UDABA: Kushone 6 imoto ishayisa isihlahla

“Abasolwa babe sebesesha imoto yesisulu ngaphambi kokubaleka ngemoto yabo. Akwaziwa okwamanje ukuthi ngabe zikhona yini izinto ezebiwe emotweni kamufi," kusho okhulumela amaphoyisa aseDouglasdale, uCaptain Mpho Tshetlhane.

Abasolwa kubikwa ukuthi basagcwele amathafa.

Kucelwa ongase abe nolwazi ngalesi sigameko ukuba axhumane namaphoyisa aseDiepsloot kwethi 011-367-6472 noma ku-0860-010-111.

Embhalweni wenkampani yonogada ezimele iDrift Reaction cc kuFacebook, kuvele ukuthi le ndoda ikhiphe isamba esingu-R15 000 ukuze ikhokhele umngcwabo kankosikazi owashona ngesonto eledlule.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.