Ufake 'eseNkosi neshende' ezinkundleni wase eyazikhunga uNdlunkulu

2017-03-16 14:01

Durban - Utholakale ezikhungile endaweni asebenzela kuyo eMpangeni ngoLwesibili undlunkulu wenkosi yaKwaMzimela, eMthunzini, kanti sekunezinsolo zokuthi lokhu ukwenze ngoba esola umyeni wakhe ngokuba neshende.

UNdlunkulu uZodumo Vundla-Mzimela, 32, ushade nenkosi uThanda Mzimela oyindodana yenkosi esiyakhothama uMpiyezintombi Mzimela.

UVundla-Mzimela kuthiwa ubenezinyanga ezine ezithwele.

Abanye bathi bashaqekile bebona abekubhale kuFacebook ngoLwesibili ezwakalisa ukuthi kwesinye isikhathi impilo iyakuphoqa ukuba wenze izinto ongakaze ucabange ukuzenza.

OLUNYE UDABA:Inkosi ixosha undlunkulu emsola ngokuthakatha

Ngemuva kwalokhu kusolwa ukuthi ube esezikhunga ngoba akabange esabhala lutho kodwa kube sekuzwakala umbiko wokuthi uzikhungile.

Kubikwa ukuthi kumakhalekhukhini wakhe ku-whatsApp kuvele ukuthi ubefake isithombe somyeni wakhe nomunye wesifazane amsola ngokuba yishende.

Kuthiwa lesi sithombe besihambisana nomyalezo othi "Lokhu engikwenzile ngikwenze ngenxa yakho.

Thola udaba oluphelele kuSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.