Ufake isicelo sebheyili osolwa ngokubulala uSwelindawo

2016-12-22 08:03

eKhayelitsha - Ufake isicelo sebheyisi osolwa ngokubulala owesisame uNoluvo Swelindawo ngesizathu sokuthi uthandana nabantu bobulili obufana nobakhe.

USignice Mdani, 24, waseKhayalitsha usolwa ngokuhlasela uSwelindawo obehlala kuyo le ndawo ngoba engahambisani nokuthi uyisitabane.

Isidumbu sikamufi satholakala ngakuthela-wayeka u-N2 sinenxeba lokudutshulwa.

OLUNYE UDABA:'Umfundisi wodumo uguqule umfana wamenza isitabane'

UMdani waboshwa ngemuva kwezinsuku ezimbalwa kutholakale isidumbu wabekwa icala lokubulala, ukushaya, ukuthumba kanye nokugqekeza.

Evela enkantolo, uMdani ubonakale engenaso isiqiniseko sokuthi uyayifuna na ibheyili noma cha.

Imantshi isihlehlisile isicelo sakhe ukuze axoxisane kahle nommeli wakhe, kubika iCitizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.