Ufuna isinxephezelo oxoshwe engaqali ngisho ukusebenza

2016-05-12 16:01

Durban – Owesilisa wasoSizweni, eNewcastle, uthi ufuna isinxephezelo kulandela ukuxoshwa engakaqali nokusebenza eDannhauser Community Health Centre.

UMthunzi Kubheka uthi lesi senzo simehlise kakhulu isithunzi njengoba kuthiwa uqashwe ngephutha.

Uthi wafonelwa etshelwa ukuthi uwutholile umsebenzi, gwiqiqi sekungena olunye futhi oluthi babengaqondile ukuqasha yena, kubika iLANGA.

UKubheka uthi okumphatha kabi kakhulu ukuthi uyeke umsebenzi abekuwo ngaphambilini ngemuva kokuqashwa esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kufuneka isinxephezelo kolale nomfana ona-14

Uthi uMnyango wezeMpilo kumele umnxephezele noma umfunele elinye itoho.

“Le nto ingifikisela ngamahloni uma ngiyicabanga ngoba ngafaka isicelo sase siyamukelwa. Ngaze ngaya esibhedlela ngiyosayina amaphepha aqinisekisa ukuthi sengiqashiwe.

“Kwathi sengilinde ukuyoqala ngafonelwa kwathiwa ngaqasheka ngephutha,” kulandisa uKubheka.

UMnyango ucele ukunikezwa isikhathi sokuphenya ngalolu daba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.