Ufuna izimpendulo umndeni ngokushona kwesalukazi esibhedlela

2017-02-12 17:02

Johannesburg – Umndeni wesalukazi esineminyaka engu-83 ubudala esishone ngemuva kokungena kubhavu ogcwele amanzi ashisayo esibhedlela esiseLimpopo, ufuna izimpendulo.

Lo mndeni uthi kunye kuphela okuthokozelayo; wukuthi uzokwazi ukungcwaba lesi salukazi ngesizotha.

UModjadji Manganye washa kanzima emzimbeni kulandela ukungena ngephutha kubhavu onamanzi ashisa ngokweqile e-Elim Hospital.

OLUNYE UDABA: Ufuna izimpendulo unina kaSfiso

Umndeni uthi uhlela ukuthatha izinyathelo zomthetho njengoba ufuna uMnyango wezeMpilo ubekwe icala lokuba budedengu.

Umzukulu kaManganye, uJabu Manganye, uthe bewumndeni basazobonisana ngezinyathelo okumele bazithathe mayelana nalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.