Ufuna u-R25m umndeni womfundi owashaywa uthishanhloko

2017-03-07 11:02

Johannesburg – UMnyango wezeMfundo eMpumalanga usukuqinisekisile ukuthi umndeni wakwaChoma ubafakele isimangalo kanti ufuna ukukhokhelwa u-R25 million ngemuva kokuba uthishanhloko ‘eshaye’ uSiphamandla Choma, 14, ngonyaka odlule, wamshiya ekhubazekile.

UMnyango uthi usuqalise uphenyo ngothishanhloko waseManyano Primary School, eMiddelburg, futhi usukulungele ukuqhubeka nohlelo lokuqondiswa kwezigwegwe.

Kodwa uthi uzozivikela mayelana nesimangalo esifakelwe uMnyango ngumndeni wakwaChoma.

USiphamandla Choma usaseMiddelburg Hospital ngemuva kokuba uthishanhloko ‘emshaye’ ngoba emsola ngokweba u-R150 ngonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: Kutholakale ezinye izidumbu ezingu-8 eBenoni 

Okhulumela uMnyango wezeMfundo eMpumalanga, uJasper Zwane, uthi ngemuva kophenyo uMnyango usukulungele ukuthweswa uthishanhloko icala lokungaziphathi kahle.

“Ngokombiko kuyacaca ukuthi umfundi washaywa kanti futhi ngaleso sizathu uMnyango uzomthweswa amacala.”

Kodwa uZwane uthe icala lasenkantolo lungolunye uhlelo olwehlukile futhi uMnyango uzozivikela ngendlela efanele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.