Ufuna u-R8m ngonyaka ofunwa yiChiefs - Umbiko

2016-07-25 11:33

Johannesburg - Umgadli weBafana Bafana uTokelo Rantie angase avume ukujoyina iKaizer Chiefs, uma leli qembu lizimisele ngokumkhokhela imali elinganiselwa ku-R8 million ngonyaka – ngokusho kwemithombo.

IChiefs kukholakala ukuthi ingelinye lamaqembu kuPSL azimisele ngalo mdlali, njengoba ikusasa lakhe lingacacile okwamanje eqenjini lakhe i-AFC Bournemouth eNgilandi.

Imibiko yakamuva imatanisa uRantie neqembu elingadalulwanga eDenmark, njengoba lo mdlali kulindeleke alishiye leli qembu ngenxa yokungalitholi ijezi.

Funda nalolu daba: Umataniswa neWits ochithwa yiPirates

URantie akabhaliswanga yiBournemouth esigabeni sesibili sesizini, nokwenze kwabanokungabaza ngekusasa lakhe.

Imithombo ithi iChiefs izimisele ngokumkhokhela imali elinganiselwa ku-R6m ngonyaka, kubika iSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.