Ufuna ubulungiswa owancizwa amankwahla ngempintshisi

2016-05-13 17:02

Durban – Uthi kumele kwenzeke ubulungiwa owesilisa waseLindelani owancinzwa amankwahla ngempintshisi wase ehleshulwa indlebe ngumakhelwane owayemsola ngokweba.

USthembiso Khumalo, 26, uthi wayephuma ukuyogeza ngesikhathi kutheleka iqulu labantu kubo elalihamba ngetekisi, kubika iSolezwe.

“Bathi kimina angiyokhomba abantu ebengintshontsha nabo izimpahla zikammangali, ngathi uma ngithi angazi lutho bathi angikhiphe iqiniso.”

Uthi bamshaya base bamdonsa ngemiyeko esekhanda, beyincosula ngamunye ngamunye kwaze kwasala embalwa.

OLUNYE UDABA: 'Ubasi wangishaya amankwahla ngacishe ngafa'

Uthi base bemdonsa amankwahla ngepintshisi, phambi kukamama wakhe.

“Base behamba nami baya emotweni ababehamba ngayo, baqhubeka nokungihlukumeza baze banginquma indlebe ngempintshisi,” esho.

Uthi akasoze abaxolela labo abamenzakalisa.

Owamaphoyisa uMajor Thulani Zwane usiqinisekisile lesi sigameko esenzeka ngoJanuwari, wathi kwaboshwa umsolwa, 34.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.