Ufuna ukuvunyelwa angcwabe isoka lakhe

2017-09-15 09:30

Johannesburg - Ucela ukuvunyelwa ukuba angcwabe indoda yakhe owesifazane othi umndeni wamxosha.

ULebohang Kuwane.30, waseKatlehong, eKurhuleni uthi umndeni wosoka lakhe elingasekho emhlabeni awufuni abekhona emngcwabeni nakuba besekuphele iminyaka emihlanu behlala ndawonye.

Umufi, uTiki Rambatha,46, kanye noLebohang banendodana eneminyaka emibili ndawonye.

UTiki Rambanta ushonele eThelle Mogoerane Hospital eVosloorus ngoLwesine olwedlule kanti kulindeleke angcwatshwe kusasa ngoMgqibelo.

Uthi uTiki ubelokhu esesibhedlela kusukela ngoJuni ngemuva kokubandakanyeka engozini yemoto.

OLUNYE UDABA: Sigculisekile isisulu sokudlwengulwa ngesigwebo

Uthi umndeni kaTiki wamxosha ngesikhathi umufi esesibhedlela.Uthi: “Ngazama ukubuyela endlini kodwa ngatshelwa ukuthi angibuyele ekhaya, futhi ngingafiki nasemngcwabeni.

Umndeni kaTiki uyaziphika lezi zinsolo.

UNono,41, noThabang Rambanta,38, bathi umama kaLebohang wabatshela ukuthi umfowabo ubengakaloboli ngakho kumele uLebohang abuyele kubo.

“Samncenga kodwa wenqaba,” kusho uNono, oqhube wathi akazange axoshwe futhi akanqatshelwanga ukuba eze emngcwabeni.

“Wamukelekile ukuba eze emngcwabeni futhi angahlala ekhaya uma sekwedlule nomngcwabo.”


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.