Ugajwe wuthando usaziwayo oveze intombi okokuqala ngqa ezinkundleni

2017-02-14 11:04

Johannesburg - Umlingisi obuye abengumculi, u-Anga 'Naakmusiq' Makubalo, usanda kuveza intombi yakhe okokuqala ngqa enkundleni yezokuxhumana u-Instagram.

Kudala abantu bezibuza ukuthi engabe leli geza lensizwa lithandana nobani ngoba belingavamile ukuveza izintombi ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA:Umlingisi ukhala ngokuqhathaniswa nomlingiswa

Hhayi sekuphelile ukuzibuza ngoba usefake isithombe sentombi ethathe inhliziyo yakhe.

Igama lale ntokazi uMichaela Roy, yize lo mculi engabhalanga lutho ngaphansi kwalezi zithombe kodwa kuyacaca ukuthi luvutha amalangabi uthando.

A post shared by NaakMusiq (@iamnaakmusiq) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.