Ugcine eboshiwe obesebalekele ingalo yomthetho iminyaka emibili

2016-07-30 11:05

Cape Town - Owesilisa obesebalekelane nengalo yomthetho iminyaka emibili mayelana nesigameko sokukhwabanisa i-ATM kwebiwa u-R50 000, uboshwe ePaarl ngoLwesihlanu.

Lokhu kuvezwe oKlebe baseWestern Cape.

Le ndoda, 34, icoshwe amakhamera e-CCTV enxanxatheleni yezitolo, kusho okhulumela lolu phiko uCaptain Lloyd Ramovha.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesifazane ngelokukhwabanisa

Amaphoyisa abelokhu emthungatha lo msolwa kusukela ngo-2014, mayelana naleli cala elenzeka eQueenstown.

Kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseBellville ngoMsombuluko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.