Ugcine ebuyile usomabhizinisi owathunjwa

2017-10-01 14:47

Cape Town – Usomabhizinisi waseKapa owathunjwa ezinyangeni ezimbili ezedlule usehlangane nomndeni wakhe ngemuva kokudedelwa ngoLwesihlanu ebusuku, ngokusho kwesishoshovi uYusuf Abramjee.

USadeck Zhaun Ahmed, 71, ongumnikazi weZhauns Business Opportunity Machines wathunjwa ngabesilisa abathathu ababehlomile eseWoodstock, eKapa ngobusuku bangomhlaka 25 Julayi.

Abasolwa baphoqa u-Ahmed ukuba angene emotweni, bahamba naye ngaphambi kokuba bayishiye endaweni ethile imoto.

OLUNYE UDABA: Kunxuswe abantu ukuba bazithibe ocansini

Abathumbi bakhe ngokuhamba kwesikhathi bafuna ukukhokhelwa imali engu-R44m ukuze ezobuyiswa ephephile.

Amaphoyisa awazange akuqinisekise ukuthi ngabe yakhokhwa yini imali ukuze adedelwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.