'Ugcine eshonile owatshelwa amanesi ukuthi uyavilapha, akaguli'

2016-05-17 10:02

Pretoria – Amanesi aseSteve Biko Academic Hospital kuthiwa atshela isiduguli okwembulwa kwembeswa kusona, esasidinga usizo, ukuthi siyavilapha; asiguli.

UTryphina Mkwe utshele indodakazi yakhe u-Enika Pitso ngokwamehlela esibhedlela ngaphambi kokuba ashone ngeledlule, kanti inkulumo yabo iqoshwe ngeselula.

Kule nkulumo, uMkwe utshele indodakazi kanye nomphakathi wesibhedlela ukuthi kuthiwe uyavilapha, agaguli kodwa uyazenzisa.

Uthi amanesi amphoqa ukuba asukume embhedeni ahlale esihlalweni, nokwathi uma esekwenzile wawela phansi ngamadolo kwavuleka inabukeni, indle wangcolisa phansi.

Funda nalolu daba: I-Cope ithi ngeke imlalele uMengameli ePhalamende

Uthi kwathi uma esecela usizo amanesi avele amthethisa, amshaya, athi yini okumele wona ayenze.

Okhulumela uMnyango wezeMpilo eGauteng uSteve Mabona uthe bazokwenza uphenyo kodwa umufi ubegula kabi futhi ubengaphilile kahle ekhanda.

Indodakazi yakhe iyakuphika kodwa ukuthi unina ubengaphilile kahle ekhanda, kubika iPretoria News.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.