Ugcine exhumene nabakwaLotto owine u-R87.6m

2016-07-27 16:00

Johannesburg – Owesilisa waseLimpopo owabamba iPowerball ka-R87.6 million ugcine ephumelile obala waxhumana nabakwaLotto ukuze alande umklomelo wakhe.

Lo wesilisa wawina le mali ngesonto eledlule ngemuva kokuthenga ithikithi egalaji likaphethiloli eliseMokopane.

Le mali ingeyesine ngobukhulu ukuwinwa emhlandweni weLotto eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: Uhluleke nokuzibamba izinyembezi owase-Soweto owine i-Lotto

Okhulumela iThuba, okuyinkampani eyongamele iNational Lottery, uZukiswa Nomnganga uthe: “Le ndoda ixhumanile namahhovisi ethu asePolokwane ngoLwesibili ebusuku.

“Siliqinisekile leli thikithi uthi lisemthethweni kepha besingakayikhiphi imali ngenxa yokuthi sisenza amalungiselelo okuhlangana nale ndoda ewinile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.