Ugcine ezibulele obelokhu ebala izinsuku ezisele esadla anhlamvana

2017-11-29 12:31

kwaMashu - Ubesezame kabili ukuzibulala uSanele Mbuthuma kodwa obekuthusa kakhulu abantu wukuthi kusukela ngenyanga edlule, ubelokhu ebala izinsuku ezisele esadla anhlamvana.

Lokhu bekuwukhathaza kakhulu umndeni wakhe ogcine usubiza amalungu ebandla laseZayoni ukuba uzokhulekela leli dimoni elibamba lo mfana.

Bathi behamba abazalwane, uSanele, 25, wabe eseqhubeka nalokhu abekuhlosile; ukuzibulala.

Isidumbu sakhe satholwa wumshana wakhe oneminyaka emine ubudala ngoMsombuluko ekuseni.

Ngokusho kwamaphoyisa kanye nezihlobo, uSanele utholakale elenga lapho abezikhunge khona endlini.

Isihlobo sakubo sitshele abeDaily Sun ukuthi ubegwinye nengilazi egxotshiwe.

OLUNYE UDABA:Uzibulele obebhekene nawokudlwengula izingane zomakhelwane

"Wayelokhu ethi kunento ethi akazibulale futhi abulale namanye amalungu omndeni ayisithupha, kodwa akakaze achaze kabanzi ngalokhu kepha njalo uma ediniwe wayesabisa ngokubulala wonke umuntu," kusho isihlobo.

Omunye umthombo uthi ngesikhathi kukhona abazalwane baseZayoni ngeSonto, baba nesibonakaliso sokuthi kukhona ilungu lomndeni elizoshona.

Bazama ukumthandazela uSanele kodwa washaya phansi ngonyawo.

"Sebehambile abazalwane, uSanele wazama ukugwaza elinye ilungu lomndeni. Ngokwesaba, umndeni wonke waphuma endlini enkulu wayolala kwencane kwengaphandle wasala yedwa," kusho lo mthombo.

Kuthiwa uSanele ubebamba amatoho futhi ewondla kahle umndeni wakubo.

Okhulumela amaphoyisa akwaZulu-Natal uLieutenant-Colonel Thulani Zwane uthi kuvulwe idokodo emaphoyiseni aKwaMashu kanti uphenyo luyaqhubeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.