Ugcwele izinkalo ohlukumeza unkosikazi

2016-04-01 13:31

Bulawayo - Ugcwele amathafa owesilisa ngemuva kwezinsolo zokushaya owayengunkosikazi wakhe ngoba engamnikanga ukudla.

UBrighton Shoko, 32, waseMkhosana eVictoria Falls, uhlukane noChipo Miti, 22, ngoba ehlezi emkhwelela ngenduku.

UShoko owaboshelwa ukuhlukumeza unkosikazi wakhe ubesanda kuqeda isigwebo sakhe ngesikhathi ephuma ebheka kuMiti ezenza ofuna ukudla, umbila noshukela.

OLUNYE UDABA: Kusolwa isikhwele ngokubulawa kwendoda

Ngesikhathi ekuMiti kusolwa ukuthi uShoko washaya uMiti ngemuva kokumtshela ukuthi akanakho ukudla ayekufuna.

UShoko bekulindeleke ukuba avele enkantolo ngoLwesithathu ngelokuhlukumeza kodwa wathi imantshi ayimkhiphele incwadi egunyaza ukuba aboshwe.

Izinsolo zithi uShoko waya kuMiti ngomhlaka-24 Febhuwari wafike wamshaya.

Kuthiwa uShoko waqala wamthethisa wamthela impama wamshaya nangesibhakela. UMiti wasizwa ngomakhelwane ngemuva kokumuzwa ekhala.

Ngesikhathi omakhelwane befika emzini kaMiti, isicabha sasikhiyiwe balunguza ngewindi bambona uShoko etalabha uMiti.

UShoko wanqaba ukuvula isicabha kwathi ngemuva kwesikhashana wabaleka.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.