Ugcwele izinkalo osolwa ngokudlwengula

2016-07-12 20:30

Durban – Amaphoyisa aseNothern Cape acela ukufuniswa owesilisa osolwa ngokudlwengula owesifazane, egila lo mkhuba endlini yangasese esendaweni yokucima ukoma.

Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngo-Ephreli.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe uMajor Dimakatso Mooi uthe amaphoyisa asephume inqina athungatha lo msolwa.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa acela ukufuniswa odle phansi eqeda kushayisa umuntu

“Owesifazane wayephuza ejoyintini lendawo, wathi uma eya ethoyilethi kwangena indoda angayazi yamshaya ngempama yase iyamdlwengula,” esho.

Uthe kucelwa onolwazi ngomsolwa ukuba ashayele uWarrant Officer Conrad de Jongh ku-072 869 0378 noma kwethi 053 807 6161.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.