Ugogo uthi kubuyise ithemba kuye ukuphuma kukaMengameli Zuma

2017-12-22 16:00

Johannesburg - Akekho ojabule ukudlula ugogo Mamosala Pii ngokuphuma kukaMengameli Jacob Zuma njengoMengameli we-ANC.

Lo gogo oneminyaka engu-79 ubudala waseChris Hani, eMangaung, ukholelwa ekutheni njengoba uZuma esephumile, usethubeni elihle lokuthi usezowuthola umuzi.

Utshele iDaily Sun ukuthi ubelokhu ekhulekela ukugdluzwa kukaZuma.

"Ngikhathele izithembiso ezingagcinwa," esho.

OLUNYE UDABA:#ANC54: UCyril Ramaphosa

Ugogo Mamosala uthi sekuphele iminyaka eminingi zama ukuthola indlu yomxhaso kepha akulungi naye akazi ukuthi inkinga ilelephi.

UMamosala uhlala emzini wakhe osumdala nendodakazi yakhe engasebenzi, eneminyaka engu-40 ubudala uSelina Pii nomzukulu wakhe ongemuhle kahle empilweni.

"Yimi ngedwa ongenayo indlu yomxhaso endaweni. Ithemba lami selikumholi omusha uCyril Ramaphosa. Ngiyathemba bazosigcina isithembiso sabo sempilo engcono ezweni.

"Ngithandazela ukuthi okungenani ngishiye izingane zami endlini esile enogesi," esho.

Lo gogo uthe ubengamfuni uNkosazana Dlamini-Zuma ukuba athola lesi sikhundla ngenxa yesibongo sakhe.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.