Ugwetshwe udilikajele owabulala ingane yentombi eyayingasamfuni

2016-11-11 19:30

Johannesburg - Uhluleke ukuzibamba owesimame eNkantolo ngesikhathi kugwetshwa owayeyisoka lakhe ngelokudlwengula nokubulala indodakazi yakhe.

Lo mlisa, uDumisani Maluleke wadlwengula indodakazi ka-Bertha Machava eneminyaka emine ubudala wase ezama ukuyibulala ngokuyidlisa ushevu wokubulala amaphela.

Uthe ebona ukuthi ayifi, wayivala umoya ngomqamelo yashona, kubika i-eNCA.

Usuke lapho wathatha umzimba wale ngani wawufihla ngaphansi kukamatilasi wombhede wakhe wase eshaya sengathi akazi lutho.

OLUNYE UDABA:Lingeniswe esibhedlela ijaji lama-Idols

Leli cala aliphathanga kabi umama wengane kuphela kodwa nomshushisi kulelicala uhlulekele ukuzibamba sekukhishwe isigwebo.

Umndeni wale ntombazanyana wawuxineke kangangokuba wawungazi ukuthi uzothatha ini uhlanganise nani ukuze kufihlwe le ngane.

Kulekelele amaphoyisa okuyiwona abephenya leli cala ngokuthi kutholakale zonke izinsiza ezidingekayo ukuze ingcwatshwe ingane.

IJaji ULeonie Windell okuyilona elikhiphe lesi sigwebo uthe le ndoda ayidingeki emphakathini yingakho emgweba udilikajele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.