Ugwetshiwe one-HIV owalala nenqwaba yabesifazane ethi ubakhipha amabhadi

2016-11-19 18:33

Nsanje – Owesilisa waseMalawi osolwa ngokulala namantombazane nabantu besifazane ababalelwa ku-100 ethi ubakhipha amabhadi, ulahlwe yicala enkantolo ngoLwesihlanu.

U-Eric Aniva – owaphumela obala wathi une-HIV – waboshwa wase eyashushiswa kulandela ukukhuluma ohlelweni lukamabonakude ethi yena “uyimpisi”.

Kungumkhuba kwezinye izingxenye zaseMalawi ukuba owesilisa akhokhelwe ukuba alale nabafelokazi ukuze bezophulukiswa, bese kuvalwa nokufa.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owalala nabesifazane engabatshelanga ukuthi une-HIV

Ngokwesicelo sabazali bentombazane, le ndoda iyakhokhelwa ukuba ilale namantombazane asanda kuthomba ukuze angeniswe ebufazini.

Kuthiwa lolu siko lwenzelwa ukuqeqesha amantombazane ekutheni abe ngabafazi abaqotho bese bevikeleka ezifweni nasemabhadini angase ahlasele imindeni yabo.

UMengameli wezwe uPeter Mutharika nguye owayalela ukuba kuboshwe u-Avina, 45, ngoJulayi.

Njengoba icala ligcine limlahlile, angase ahlale ejele iminyaka engafinyelela kwemihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.