Ugwetshiwe owabulala i-EX eyibona ihamba nenye indoda ethaveni

2018-04-12 15:59

eNorthen Cape - U-Olebogeng Magara, 33, ugwetshwe iminyaka engu-20 yiNkantolo yesiFunda ngokubulala owayeyintombi yakhe eneminyaka engu-40 ubudala eNorthern Cape.

UMagara wayesethaveni endaweni yaseBatlharos ngaseKuruman ngomhlaka 19 Disemba 2016 ngesikhathi ebona owayeyintombi yakhe ehleli nenye indoda, kusho uLt-Col Dimakatso Mooi.

“Waqonda ngqo kule ntombi eyoyihlasela eyibuza ukuthi kungani ikhuluma namanye amadoda phambi kwakhe nokuyila ayigwaza khona le ntombi ngesikhali esicijile.

OLUNYE UDABA:Imigulukudu ididise abasebenzi basebange babagebenga imali

"Le ntombi yazama ukubaleka kodwa yaquleka. Lo msolwa wabuye washaya umngani wale ntombi owayezama ukufonela umndeni ukuba uzosiza,"kusho uMooi.

UMagara waboshwa ngalo lolo suku wagqunywa ezitokisini kwaze kwaqulwa icala lakhe, kubika iThe Citizen.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.