Ugwetshiwe owabulala ingane ekhubazekile ngokuyiphuzisa ugologo

2016-07-28 20:31

St Johnsbury – Owesilisa waseVermont, eMelika, owavuma ukuthi wabulala ingane yentombi yakhe eyayikhubazekile, ngokuyifakela ugologo epayipini eyayidla ngalo, ugwetshwe iminyaka emithathu esejele.

UWalter Richters ugwetshwe ngoLwesibili ngemuva kokufinyelela esivumelwaneni nabashushisi.

Ubesevele ehlale unyaka nesigamu ejele.

URichters walivuma icala ngo-Okthoba lokubulala umfanyana, 13, ngo-2014.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokushaya abulale ingane yentombi

URichters, 38, waphinde wavuma ukwethula ubufakazi obulahla umama walo mfana, uMelissa Ribitille, kulandela ukuthi amaphoyisa athi lo mama wavuma ukuthi ingane yakhe ifakelwe ugologo ngoba “ihlupha”.

Kuthiwa le ngane eyabulawa yayiyimpumputhe, ingenazo izindlebe futhi ithatha isikhathi ukukhula.

URichters uthi uyazisola ngesenzo sakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.