Ugwetshiwe owabulala umkakhe owayefuna idivosa

2016-07-28 19:00

Homa Bay – Ugwetshwe iminyaka eyisihlanu ebhadla ejele owesilisa owabulala unkosikazi wakhe ngemuva kokumsabisa ngokumdivosa.

Ngokusho kombiko weStandard Media, uFredrick Lugonze ulahlwe yicala lokubulala uFlorence Awino Abonyo ngemuva kokumgwaza esiswini nasesifubeni.

Ngosuku umufi ashona ngalo kuthiwa wafonela umyeni wakhe wamtshela ukuthi usefuna idivosi.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala unkosikazi

ULugonze kuthiwa kwamthukuthelisa lokhu wabe eseya lapho kusebenza khona umkakhe eyombuza ngalolu daba.

Umkakhe wamjikijela ngetshe, uLugonze wase eziphindiselela ngokuthi agwaze umkakhe kanti uzoshona.

“Ngangithi ngiyozama ukuthi silungise izinto nonkosikazi wami, ngangingaqondile ukumbulala,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.