Ugwetshiwe owabulala unina

2017-10-19 09:30

Kimberley – Owesilisa oneminyaka engu-30 ubudala ngoLwesithathu ugwetshwe yiNkantolo eNkulu eNorthern Cape iminyaka engu-18 ebhadla ejele ngokubulala unina, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape.

UReason Mthonxa walahlwa yicala lokubulala kanye namahlanu okushaya ngenhloso yokulimaza, kusho uCaptain Olebogeng Tawana esitatimendeni.

UTawana uthe uMthonxa waboshwa ngo-Agasti 2016 ngemuva kokugwaza umndeni wakhe nabangani ngommese waphinde wabashaya ngemvubu.

OLUNYE UDABA: Kudaleke ingozi abagibeli begebenga umshayeli

INkantolo eNkulu imnikeze neminye iminyaka emihlanu ngecala ngalinye lokushaya. Izigwebo uzozidonsa kanye kanye.

"Lesi sigwebo sizoxwayisa nezinye izigilamkhuba,” kusho ukhomishana wamaphoyisa esifundazweni, uLieutenant General Peter Shivuri.    

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.