Ugwetshiwe owadlwengula ayemgibelise emotweni

2017-08-08 14:05

Johannesburg - Igixabezwe ngeminyaka eyishumi ejele ngelokudlwengula indoda eneminyaka engu-31 ubudala, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoLwesibili.

UBrigadier Sabata Mokgwabone uthe uKatiso Morebodi ugwetshwe eNkantolo yesiFunda yaseMmabatho ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe owesilisa 'ngokudlwengula' umngani wendodakazi eGoli

"UMorebodi ugwetshwe kulandela isigameko sokugibelisa isisulu emotweni  ngoJuni 2016. Wahamba nesisulu waya kwakhe eLomanyaneng village lapho afike wasiphoqa ukuba siphume emotweni wasihudulela endlini wabe esesidlwengula."

Le ndoda yaboshwa ngemuva kokuba isigameko sibikelwe amaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.