Ugwetshiwe owafika ephathini engamenyiwe, wadlwengula owesifazane

2017-11-16 18:00

EPort Elizabeth - Owesilisa oneminyaka engu-28 ubudala ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula owesimame okhubazekile, kubika i-African News Agency (ANA).

Lo wesimame ukhubazeke ngendlela yokuthi umqondo wakhe awukhuli kahle njengoba ulinganiswa nowengane encane.

UNathan Fourie ulahlwe yicala ngesonto eledlule wabe esegwetshwa yiNkantolo eNkulu yasePort Elizabeth.

OLUNYE UDABA:Umfundi usolwa ngokubulala ubaba obemhlukumeza

UFourie wadlwengula lo wesimame emzini obusakhiwa eBethelsdorp budebuduze nalapho umndeni walo wesimame ubuhlanganyele khona kugujwa iphathi yelinye ilungu lomndeni.

Umsolwa wafika kule phathi yize ayengamenyiwe wabe esenyamalala nalo wesimame, nokuyilapho umndeni kanye namalungu omphakathi bathuka khona baqala ukubathungatha.

Umalume walo wesimame uyena owabathola, ibhulukwe likaFourie lisemaqakaleni.

Ngesikhathi kuqulwa icala umsolwa waphika ukuthi wadlwengula lo wesimame wathi yena ubengazi ukuthi ukhubazekile. Uthi wayesegoduka ngesikhathi ezwa lo wesimame ememeza igama lakhe emubizela kulo muzi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.