Ugwetshiwe owaKwaNongoma olahlwe elokubulala nokudlwengula

2018-02-21 12:31

kwaNongoma - Owesilisa olahlwe yicala lokudlwengula nokubulala ugwetshwe yiNkantolo yesiFunda KwaNongoma.

IMantshi itshelwe ngesihluku sikaMboniseni Dlamini, 32, ngesikhathi enza la macala ngonyaka odlule.

Ngokombiko wamaphoyisa, kuthiwa ngo-04:00 ekuseni ngosuku lokuqala onyakeni, owesimame oneminyaka engu-24 ubudala wayesekhaya kubo ekuBuseni ngesikhathi ehlaselwa nguDlamini.

Laba bobabili baba nengxabano eyaphetha ngokudlwengulwa kanye nokugwazwa kwalo wesifazane.

Isidumbu sakhe satholakala sinenxeba lokugwazwa emqaleni, elele edamini legazi.

OLUNYE UDABA:Ingane, 7, ithole umama wayo eyisidumbu ekhishini

Ummese okukholakala ukuthi yiwona owasetshenziswa ukubulala lo wesimame watholakala endaweni yesigameko.

Kwavulwa icala lokubulala kanye nelokudlwengula emaphoyiseni aKwaNongoma kanti uphenyo lwamaphoyisa lwaholela ekubanjweni kukaDlamini.

UDlamini ugwetshwe iminyaka ewu-20 ngawo womabiili amacala, kubika iZululand Observer.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.