Ugwetshiwe owavezela ikhasimende isitho sakhe sangasese

2017-10-14 08:39

Johannesburg - Itholwe inecala lokuvezela ikhasimende lesifazane isitho sayo sangasese, indoda okuyiyo edilivela amakhasimende akwa-KFC ukudla emakhaya.

Le ndoda ikwenze lokhu ngesikhathi ihambesele lo wesifazane ukudla emzini wakhe, yafika kuye ivule uziphu webhulukwe.

UWonga Thambodala, 34, wase-Amalinda ugwetshwe iminyaka emibili eqashwe ngamaphoyisa ngeso lokhozi ngokuvezela omunye umuntu isitho sakhe sangasese.

OLUNYE UDABA:Uyasivikela isinqumo sakhe ungqongqoshe othengele iziboshwa i-KFC

IMantshi yeNkantolo yesiFunda yase-East London, uNomthandazo Vabaza, idlulise isigwebo yaqhuba ngokuthi uThambodala angakwazi ukusiphikisa isinqumo senkantolo ezinsukwini ezingu-14 uma ebona ukuthi isigwebo asinabulungiswa.

UMbuso ngaphambilini wethule ubufakazi bawo ngokwenzeka ngomhlaka-14 Disemba 2015, lapho isakhamuzi saseVincent, u-Esme Kieck, 47, ayethenge khona ukudla esitolo sakwa-KFC ocingweni.

Lo wesifazane utshele inkantolo ngokushaqeka kwakhe ngesikhathi ebona ukuthi ibhulukwe likaThambodala livulwe uziphu, kubonakala isitho sangasese.

Kuthiwa le ndoda yavele yasheshe yawufasa uziphu ibe ebuka uKieck emehlweni ngesikhathi ezwakalisa ukukhathazeka kwakhe ngayo.

 - SowetanLive


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.