Ugwetshiwe owavuma elokubulala umyeni wakhe

2016-06-30 20:30

Ladysmith - INkantolo yeMantshi yaseLadysmith imthole enecala lokubulala ngokungenhloso owesifazane oneminyaka engu-37 ubudala obeboshelwe ukubulala.

UJustine Fourie ubesolwa ngokubulala umyeni wkahe uBarend Fourie oneminyaka engu-46 ubudala.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele obulale umyeni ngelokuqonywa

Lo wesifazane uzivumele enakntolo ukubulala wase evuma icala lokubulala ngokungenhloso.

Isidumbu sikaBarend Liebenburg Fourie satholwa emzini osendaweni yaseDanskraal ngoMashi enenxeba lokugwazwa esifubeni.

Yize kunjalo ngemuva kophenyo amaphoyisa akholwa wukuthi umbulali ngunkosikazi kamufi kwathi ngemuva kokupheka ngemibuzo wavuma.

Lo wesifazane uzogunyazwa ukuba aphume enze amahora angu-16 yemisebenzi yomphakathi aphinde aye enkonzwnei njalo ngamaSonto futhi aye nasemsebenzini kuphela njalo ngosuku, kubika iLadysmithgazette.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.