Ugwetshiwe owazala ingane wayifaka efrijini

2016-05-20 17:03

Carcassonne – Inkantolo yaseFrance igwebe owesifazane ongowokudabuka eBelgium iminyaka eyisikhombisa ebhadla ejele ngokubulala ingane yakhe ngokuthi ayifake efrijini.

UNathalie De Mey, 32, ulahlwe yicala lokubulala elenzeka ngo-2011.

UDe Mey usindile ekutheni athole udilikajele ngoba kuvela ukuthi wahanjelwa umqondo ngesikhathi enza leli cala.

Ebuzwa enkantolo ukuthi kungani engasebenzisanga indlela enodlame ukubulala umntwana wakhe, uphendule wathi: “Ngangingafuni ukumlimaza.”

OLUNYE UDABA: Ishonile ingane, 3, ebivaleleke amahora efrijini

Ummeli wakhe uPierre Calvet uthe ikhasimende lakhe lahanjelwa umqondo – okuyinto efakazelwa odokotela bezengqondo.

UDe Mey, onamadodakazi amabili, wayecwila kakhulu ezinkambeni zikaFaro ekhulelwe.

“Ngathi uma ngibona ukuthi ngikhulelwe, ngazama ukuthola usizo, kepha kwacaca ukuthi ngisindwe yizinyawo,” esho.

Uthi le ngane wayibelethela endlini yangasese.

“Ngaluthatha usana lwami ngalugoqa ngengubo ngase ngilufaka efrijini lwaze lwatholwa amadodakazi ami ngemuva kwezinyanga ezintathu.”

Uthi wayesaba ukutshela isoka lakhe ukuthi le ngane yokugcina akuyona eyalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.