Ugwetshiwe owesilisa, 25, owabulala indodakazi yakhe

2016-08-17 08:15

Cape Town - Owesilisa waseKapa ugwetshwe iminyaka engu-13 ebhadla ejele ngokubulala indodakazi yakhe, kubika iCape Times.

U-Eugene Plaatjies walahlwa icala lokuulala, ukuhlukumeza ingane, ukungayinaki kanye nokuyishaya ngenhloso yokuyibulala.

Funda nalolu daba:Uvelile owesilisa owaboshelwa ukuzibandakanya ocansini nena-14

INkantolo enkulu yaseWestern Cape ithe lo baba oneminyaka engu-25 ubudala akabonisanga ukuzisola ngalokhu okwenzeka.

Indodakazi yakhe eneminyaka emithathu u-Anthonique washonela esibhedlela sezingane iRed Cross ngemuva kokungeniswa esibhedlela ngo-Juni 13 2014.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.