Ugwetshiwe umakhelwane obebhekene nelokudlwengula ingane, 8,

2017-01-27 19:42

Durban - NgoLwesithathu inkantolo yesiFunda eSikhaleni igwebe owesilisa iminyaka engu-25 ngelokudlwengula.

USthembiso Zulu oneminyaka engu-27 ubudala ulahlwe icala lokudlwengula ingane kamakhelwane endaweni yaseMandlakala.

Kuthiwa le ngane ibisekhaya ibukela umabonakude ngesikhathi kufika umsolwa eyicaphuna ngenkani wayidlwengula.

OLUNYE UDABA:Owesilisa ugwazwe umakhelwane kubangwa intombi

Ngemuva kokwenza lokhu, umsolwa washaya wachitha. Ingane yabike ugogo wayo ngalokhu okwenzekile nokunguyena ovule icala emaphoyiseni aseSikhaleni.

Umsolwa waboshwa ngoMashi wango-2015 njengoba aseze wagwetshwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.