Ugwetshiwe umama owayeqwayizisa indodakazi, 11

2017-02-09 08:01

Hanover - Inkantolo yaseGerman ngoLwesithathu igwebe owesifazane iminyaka emine ebhadle ejele ngemuva kokumthola enecala lokuqwayizisa indodakazi, 16,esebenzisa i-intanethi.

Inkantolo esenyakatho nedolobha laseGerman iHildesheim ithole lo wesifazane, 37, enamacala amabili okuhlukumeza ngokocansi.

OLUNYE UDABA:Usekhathele ukuba yisigqila socansi odayisa ngomzimba

Abashushisi bathe lo wesifazane wayekhona ngesikhathi isoka lakhe, 40, linukubeza ngokocansi lindodakazi yakhe eyayineminyaka engu-11 ngesikhathi sesigameko.

Isoka lalo wesifazane ligixabezwe ngeminyaka emine nezinyanga ezingu-10 ngamacala okunukubeza ngokocansi ingane.

Le ndoda ibilokhu iwaphika amacala abekwa yona kwaze kwayofika emaphethelweni okuqulwa kwecala.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.